ISIGWEBO SEGAZI ilandela uKhethokwakhe Mthethwa, oyiwele noKhethile, abakhulela ekhaya lezintandane. Ekhulile, uKhethokwakhe uba yisosha emngceleni waseMozambique, lapho athandana khona noNomvelo. Kodwa impi eNyakatho ne-Afrika ibashiya behlukene. Ebhekene naleyonkinga , ushiya ubusosha abe ngummeli aze abe yijaji. Kodwa izenzo zakhe zangaphambilini ziyambamba-aze azithole esebhekene nesigwebo esingaphezu komthetho: isigwebo segazi.