- Accueil /
- Nkosiyapha Innocent Ngema
Nkosiyapha Innocent Ngema

Dernière sortie
EZINTABENI ZAKWAZULU
EZINTABENI ZAKWAZULU yiqoqo lezindatshana ezikhuluma ngezingqinamba abantu ababhekana nazo imihla namalanga, okubalwa khona umonakalo woKhuvethe lwangonyaka ka 2020, ubuqili basemfundweni ephakeme, ukumonelana kwasemisebenzini, ukukhohlakala kwezinkolo nokunye okuningi. Konke okwenzeka kubantu okubhalwe ngabo lapha, kusuke sekusele kubona-ke ukuthi bathatha ziphi izinqumo ukukunqanda. Ingabe bayawugwema noma bayawubhebhethekisa umonakalo osuke usuwenzekile? Zifundele ngokwakho mfundi uzwe izindatshana ezijabulisayo kanye nezinyantisa igazi.
Eziningi zalezi zindatshana zenzeka ezindaweni ezahlukene zaKwaZulu-Natali, ingakho ize ibizwe ngokuthi EZINTABENI ZAKWAZULU.

Les livres de Nkosiyapha Innocent Ngema

6,99 €